Letra Uzalo - Zakes Bantwini
K'sukela k’dala, wang'busisa ngiseyihlwili esiswini sika mama Imvula iyana, ung'busisa nangelanga
K'sukela k’dala, wang'busisa ngiseyihlwili esiswini sika mama Es’swini s’ka mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Odade nabafowethu
Odade nabafowethu
Ngaphuma nabo esiswini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Ungipha amandla okumelana neNgqinamba
Thixo somandla, noma ngihamba endleleni zobumnyama
Hlezi ungibhekile
Ungipha amandla okubhekana nezitha zam'
Thixo somandla, beng’cela amanye amandla uzuwaphe umama
Ngoba es’swini sika mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Odade nabafowethu
Odade nabafowethu
Ngaphuma nabo esiswini sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Uwe Uwe uwe, uwe Uwe uweh
Baba wethu osezulwini, uzungbusisele uma
(Kuzalwa abafana, Kuzalwa amantombazane)
Uye uye yehe, uye uye yehee
Imanzi emhlophe ezala mina nodade wethu
Kuzalwa abafana
Kuzalwa abafana
Top 5 canciones de Zakes Bantwini
Estas son algunas de las canciones más escuchadas de Zakes Bantwini. Si te gustó "Uzalo", también puedes leer sus letras, conocer sus colaboraciones y explorar su discografía completa en QLETRAS.COM.
Letras de canciones más vistas
Artistas más populares
Lee la letra completa de Uzalo interpretada por Zakes Bantwini. Descubre el video musical, la información del sencillo y explora más letras, álbumes y colaboraciones del artista en QLETRAS.COM.